https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=INguxa&oldid=105327
https://zu.wikipedia.org/w/index.php?title=INguxa&oldid=105327
ZU.WIKIPEDIA.ORG
INguxa
INguxa iyisimiso esiphathekayo esisebenzisa isidlakathi ukuze sifake iziphoqi futhi silawule ukudikiza ukuze senze umsebenzi. Leli bizo livame ukusetshenziswa ezilekelelini, ezifana nalezo ezisebenzisa izilumbamdiki nezidikizisi. Izinguxa zingaqhutshwa izilwane nabantu, zingalawulwa iziphoqi zemvelo ezifana nesivungu namanzi, futhi zingalawulwa isidlakalasi sevanga, umchadamezo noma amaZuba, futhi zihlanganisa izimiso zobunguxa ezibumba amagalelo eZenzi ukufezekisa umsebenzi ocacisiwe wemiphumela yeziphoqi nomdiki. Izinguxa zingahlanganisa neziCikizi neziNzwi ezilusa ukusebenza futhi zisongoze umdiki, ngokuvamile ezibizwa ngokuthi izinhlelo zobunguxa. Izazi zefilosofi engokwemvelo zeMveselelo zihlonze iziNguxa eyisithupha ezilula okwakuyizilekeleli eziyisisekelo ezifaka umthwalo kumdiki, futhi zabala isilinganiso sesiphoqi esiwumphumela ngesiphoqi segalelo, namuhla okwaziwa ngokuthi uMenzelelo wobuNguxa. Izinguxa zanamuhla ziyizimiso eziyinkimbinkimbi ezihlanganisa izici zohlaka, ukusebenza kobunguxa nezigcoyi zokulawula futhi zihlanganisa izixhakasimo (interfaces) zokuzisebenzisa kalula. Izibonelo zihlanganisa: izinhlobo ezihlukene zezithuthi, izimoto...
15 Comments & Tags 0 Anteile 1 Ansichten

Password Copied!

Please Wait....